Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 1:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaJuda, babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nane namakhulu ayisithupha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

27 labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaJuda, babeyizi-74 600.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

27 ababalwayo kubo besizwe sakwaJuda, ababalwayo kubo, baba yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisithupha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 1:27
6 Iomraidhean Croise  

UJowabe wayesenika inkosi umumo wabantu ababaliweyo; kwaba khona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamakhulu ayisihlanu.


Kubantwana bakwaJuda, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Kubantwana bakwa-Isakare, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan