UMikha 2:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Niyaxosha abesifazane babantu bami ezindlini zokuthokoza kwabo, nisusa ezinganeni zabo ubukhosi bami kuze kube phakade. Faic an caibideilIsiZulu 20209 Nixosha abesifazane babantu bami ezindlini abazithandayo; nithathe ezinganeni zabo inkazimulo yami yaphakade. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20249 Abesifazane babantu bami banixoshile ezindlini zabo ezinhle; abantwana babo ubususile udumo lwami kuze kube phakade. Faic an caibideil |