Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJobe 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Uma kulingwa ukukhulunywa kuwe, uyakukhathazeka na? Kepha ngubani ongazibamba, angakhulumi, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

2 “Uma umuntu ezama ukukhuluma nawe, uzokhathazeka yini na? Ngubani ongazibamba angasho lutho na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Uma sizama ukukhuluma nawe, ingabe uzodabuka? kodwa ngubani ongazibamba ekukhulumeni?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJobe 4:2
7 Iomraidhean Croise  

Wayesethatha u-Elifazi, umThemani, wathi:


Lapho ngithi: “Angisayikumkhumbula, ngingasakhulumi egameni lakhe,” kusenhliziyweni yami njengomlilo oshisayo, uvalelwe emathanjeni ami; ngikhathele ukubekezela, angikwazi.


Ngalokho ngigcwele ukufutheka kukaJehova, ngikhathele ukunyamezela. “Kuthululele phezu kwabantwana ezitaladini, nasemihlanganweni yezinsizwa kanyekanye, ngokuba nendoda iyakuthathwa nomkayo, ogugileyo kanye nozinsuku zakhe zigcwele.


ngokuba thina asinakuyeka ukukhuluma ngalokho esikubonileyo nesikuzwileyo.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan