UDuteronomi 19:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Uyakuyilungisa indlela, wahlukanise kathathu imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle, ukuze bonke ababulali babalekele khona. Faic an caibideilIsiZulu 20203 Uyolungisa indlela, wehlukanise kathathu izifunda zezwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa, ukuze bonke ababulali babalekele lapho. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20243 Kumelwe uzilungisele indlela, wahlukanisele imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa libe izingxenye ezintathu, ukuze kuthi noma ubani onqotshiweyo abalekele khona. Faic an caibideil |