UDaniyeli 4:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngalokho ngakhipha isimemezelo sokuba kulethwe bonke abahlakaniphileyo baseBabele phambi kwami, ukuze bangazise incazelo yephupho. Faic an caibideilIsiZulu 20206 Ngakho-ke, ngakhipha isimemezelo sokuba balethwe phambi kwami bonke abahlakaniphileyo baseBhabhele, ukuze bangazise incazelo yephupho. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20246 Ngase ngikhipha umyalo wokuba kulethwe phambi kwami bonke abahlakaniphileyo baseBabele ukuba bangazise ingcazelo yephupho. Faic an caibideil |
Kukhona embusweni wakho umuntu okukuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ezinsukwini zikayihlo kwafunyanwa kuye ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha njengokuhlakanipha kwawonkulunkulu; inkosi uNebukadinesari, uyihlo yambeka induna yezanusi, neyabathwebulayo, neyamaKaledi, neyabahlola imihlola, yebo, nkosi, uyihlo,