Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDaniyeli 4:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yayinje imibono yekhanda lami ngisembhedeni wami: ngabona, bheka, nanko umuthi phakathi nomhlaba, nokuphakama kwawo kwakukukhulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 Yayinje imibono emqondweni wami, engayibona ngisembhedeni wami: ngabona; bheka, kwakumi isihlahla phakathi nomhlaba, siphakeme kakhulu impela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Babunjalo ubuso bekhanda lami embhedeni wami; Ngabheka, bheka, nanso isihlahla enkabeni yomhlaba, ukuphakama kwaso kwakukukhulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDaniyeli 4:10
7 Iomraidhean Croise  

Ubatshalile, futhi bagxilile; bayakhula, bathela izithelo; useduze nomlomo wabo, kepha ukude nezinhliziyo zabo.


Ngase ngibona iphupho, langethusa; imicabango embhedeni wami nemibono yekhanda lami yangesabisa.


Ngase ngizwa ongcwele ekhuluma, nomunye ongcwele wathi kulowo owakhuluma: “Uyakuba khona kuze kube nini lo mbono womnikelo oshiswa imihla yonke, nesiphambeko esichithayo sokuba kukhashelwe indlu engcwele nempi, kunyathelwe phansi, na?”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan