UDaniyeli 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Ayesekhuluma amaKaledi enkosini ngesi-Aramu, athi: “Mana njalo, nkosi; yisho ezincekwini zakho iphupho, thina sibonise incazelo.” Faic an caibideilIsiZulu 20204 Ayesekhuluma amaKhaledi enkosini ngesi-Aramu, athi: “Mana njalo, nkosi; yisho ezincekwini zakho iphupho, thina silichaze.” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 AmaKaledi aseSiriya akhuluma enkosini, wathi: “Nkosi, phila kuze kube phakade; tshela izinceku zakho iphupho, thina siyakwembula incazelo. Faic an caibideil |
Bonke abongameli bombuso, nababusi, nezikhulu, nabomkhandlu, nezinduna balulekene kanyekanye ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo nakumuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingamashumi amathathu, kuphela kuwe nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.