Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDaniyeli 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa ebiyibeke phezu koDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

11 Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa eyayibekwe phezu koDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khona-ke uDaniyeli wathi kuMelzari owabeka induna yezikhulu phezu kukaDaniyeli, uHananiya, uMishayeli no-Azariya:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDaniyeli 1:11
4 Iomraidhean Croise  

Induna yabathenwa yathi kuDaniyeli: “Mina ngiyesaba ukuthi inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nokuphuza kwenu, iyakubona ubuso benu ukuba buxhozekile kunabafana abayintanga yenu, nilifake engozini ikhanda lami enkosini.”


“Ake ulinge izinceku zakho izinsuku eziyishumi, basiphe imifino yokudla namanzi okuphuza.


Inceku yayisisusa isabelo sokudla newayini lokuphuza, yabapha imifino.


UDaniyeli wayeseya endlini yakhe, wazisa oHananiya, noMishayeli, no-Azariya, abangane bakhe, le ndaba


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan