Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Obadiya 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Angithi ngiyakuchitha abahlakaniphileyo kwa-Edomi ngalolo suku,” usho uJehova, “nokuqonda entabeni yakwa-Esawu, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Ngalolo lusuku, angiyubaqeda yini nya abahlakaniphileyo kwa-Edomi, nokuqonda entabeni yakwa-Esawu na? kusho uSimakade.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 “Ngalolo suku,” usho uJehova, “ngingayikunquma abahlakaniphileyo kwa-Edomi nezihlakaniphi ezintabeni zakwa-Esawu na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Obadiya 1:8
8 Iomraidhean Croise  

UJehova uchitha icebo labezizwe; uphuthisa imicabango yabantu.


Izikhulu zaseSowani ziyiziwula impela, nesiluleko sabaluleki abahlakaniphileyo bakaFaro siphendukile ubuwula; ningasho kanjani kuFaro ukuthi: “Mina ngiyindodana yabahlakaniphileyo, ngiyindodana yamakhosi asendulo,” na?


Pho, baphi abahlakaniphileyo bakho na? Mabakutshele, bakwazise lokhu akucebile uJehova Sebawoti ngeGibithe.


Umoya waseGibithe uyakuba yize ngaphakathi kwalo; ngiyakuchitha amasu alo; bayakufuna onkulunkulu, nezinyanga, nabanamadlozi, nabathakathi.


ngalokho ngiyakubuye ngenzele laba bantu izenzo ezimangalisayo, izimangaliso impela; ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo babo kuyakuphela, nokuqonda kwabaqondileyo babo kuyakusitheka.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan