IsiLilo 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ungibiyele ukuze ngingaphumi, wenza amaketanga ami ukuba asinde. Faic an caibideilIsiZulu 20207 Ungihaqe nxazonke, angikwazi ukuphunyuka, wangibopha ngamaketanga asindayo. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20247 Ungibiyele ngothango, ukuze ngingakwazi ukuphuma; Wenza iketango lami laba nzima. Faic an caibideil |
Bheka, manje sengiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle emehlweni akho ukuya nami eBabele, woza ngiyakukubheka; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke lisebusweni bakho; lapho kukuhle nalapho kulungile emehlweni akho ukuya khona, yiya lapho.”