IsAmbulo 16:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Neyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuba yigazi. Faic an caibideilIsiZulu 20204 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuphenduka igazi. Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible4 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Faic an caibideil |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.