Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 12:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wakhamisa umlomo wawo, wawuminza umfula owawukhwifa udrako ngomlomo wakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

16 Umhlaba wamsiza owesifazane, wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula owawukhwifwa wudrago ngomlomo wakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 12:16
6 Iomraidhean Croise  

Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa, waphuza emfudlaneni.


Wayesehamba uHazayeli ukumhlangabeza, wazithathela ngesandla sakhe izipho ezintweni zonke ezinhle zaseDamaseku, imithwalo yamakamela angamashumi amane, weza wema phambi kwakhe, wathi: “Indodana yakho uBeni Hadadi, inkosi yase-Aramu, ingithumile kuwe ngokuthi: ‘Ngiyakusinda kulesi sifo na?’ ”


Baholi abayizimpumputhe, nihluza insensane, niginge ikamela.


Nenyoka yakhwifa, kwaphuma emlonyeni wayo emva kowesifazane amanzi kungathi umfula ukuba immukise nomfula.


Udrako wamthukuthelela owesifazane, wamuka, wayokulwa nabaseleyo benzalo yakhe, labo abagcina imiyalo kaNkulunkulu nabanobufakazi bukaJesu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan