Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Esteri 6:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwafumaniseka kulotshiwe ukuthi uMoridekayi wayelandile ngoBigithani noThereshi izinduna ezimbili zenkosi, abalindisango, ukuthi babefunile ukubeka isandla enkosini u-Ahashiveroshi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

2 Kwatholakala lapho kwakulotshwe khona ukuthi uMoridekhayi wabaceba kanjani abathenwa ababili, ababengabaqaphi besango lenkosi uBhigithani noThereshi, ngozungu ababelwakhele inkosi u-Ahasheveroshi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwatholakala kulotshiwe ukuthi uMoridegayi walandisa ngoBhigitana noTeresi, izincekukazi ezimbili zenkosi, abalindisango, ababezama ukubeka isandla enkosini u-Ahashiveroshi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Esteri 6:2
3 Iomraidhean Croise  

Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


Inkosi yathi: “Ludumo luni nobukhulu buni okwenzelwe uMoridekayi ngalokho na?” Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Akenzelwanga lutho.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan