Esteri 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ukuphuza kwaya ngomthetho wokuba kungacindezelwa muntu, ngokuba inkosi yayiyalile zonke izinduna zendlu yayo ukuba zenze njengokuthanda kwabantu abanye ngabanye. Faic an caibideilIsiZulu 20208 Okuphuzwayo kwakhishwa ngokomthetho, akekho owayephoqwa; ngokuba inkosi yayiyale zonke izikhulu zayo zasesigodlweni ukuba zenzele wonke umuntu ngokufisa kwakhe. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20248 Ukuphuza kwakungokomthetho; kakho owaphoqelelayo, ngoba ngokunjalo inkosi yamisa bonke abalindi bendlu yayo ukuthi benze njengokuthanda kwalowo lalowo. Faic an caibideil |