Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 109:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bangizungeza ngamazwi enzondo; balwa nami, kungekho sizathu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Bangizungeza ngamazwi enzondo, balwa nami kungekho sizathu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bangihaqa ngamazwi enzondo; walwa nami ngaphandle kwesizathu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 109:3
14 Iomraidhean Croise  

Abangizonda ngeze baningi kunezinwele zekhanda lami; baningi abafuna ukungiqeda beyizitha zami kungekho sici; nengingakuphanganga ngakubuyisela.


Ngokuba bangenzele ngasesitha igebe lenetha labo, kungekho sici, bembele umphefumulo wami umgodi, kungekho cala.


Kungizungeza njengamanzi imihla yonke, kungikaka kanyekanye.


Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baqamba amazwi enkohliso ngabazithuleleyo emhlabeni.


U-Efrayimi ungizungezile ngamanga, nendlu yakwa-Israyeli ngenkohliso; uJuda usazulazula kuNkulunkulu nakoNgcwele othembekileyo.


Izinkunzi eziningi zingibunganyele, ezinamandla zaseBashani zingizungezile.


Noma siyaphi, bayangizungeza; amehlo abo bawabhekisa kukho ukungiwisa phansi emhlabathini.


U-Abisalomu wathuma walanda u-Ahithofeli umGiloni, umluleki kaDavide, emzini wakubo waseGilo, esanikela ngemihlatshelo. Uzungu lwaqina, abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Wathi: “Inkosi yami iyixoshelani inceku yayo na? Ngokuba ngenzeni na? Ngububi buni obusesandleni sami na?


Mabangajabuli ngami abayizitha zami bengenasizathu; mabangaqwayizi amehlo abangizonda ngeze.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan