Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 101:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngizakuhlabelela ngomusa nokwahlulela, ngikudumise wena Jehova.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

1 Ngizohuba ngomusa nobulungiswa, ngikudumise Wena Simakade.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Ngithanda ukuhlabelela umusa nokulunga; ngifuna ukuhlabelela udumo lwakho, Jehova.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 101:1
14 Iomraidhean Croise  

Bayakweneka kakhulu inkumbulo yobuhle bakho obukhulu, bahube ngokulunga kwakho.


Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami. Khona ulimi lwami luyakuhubela ukulunga kwakho.


Ngiyakuhlabelela ngomusa kaJehova kuze kube phakade, ngomlomo wami ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukuthembeka kwakho.


ukushumayela umusa wakho ekuseni nokuthembeka kwakho ebusuku,


ISiyoni liyezwa, liyajabula; amadodakazi akwaJuda ayethaba ngenxa yezahlulelo zakho, Jehova.


Ukutshelile, muntu, okuhle; uJehova ufunani kuwe, kungabi ngukwenza ukulunga kuphela nokuthanda umusa, uhambe noNkulunkulu wakho ngokuthobeka, na?


Bheka-ke ububele nobukhali bukaNkulunkulu; ubukhali kulabo abawayo kepha kuwe ububele bukaNkulunkulu, uma uhlala ebubeleni; uma kungenjalo, uzakunqunywa nawe.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan