1 Samuweli 5:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Sebevukile kusasa ekuseni, bheka, uDagoni wayewile phansi ngobuso phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezimpama zombili zezandla zakhe zazinqamukile zisembundwini; kwasala isidumbu sakhe kuphela. Faic an caibideilIsiZulu 20204 Bavuka ngakusasa ekuseni; uyabona-ke, uDagoni wayewele phansi emhlabathini phambi komphongolo kaSimakade, ikhanda likaDagoni nezihlakala zombili zezandla zakhe zazinqamukile, zisembundwini, kwakusele isidikinyane kuphela. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 Lapho bevuka ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova; ikhanda likaDagoni nezintende zezandla zakhe zombili zazinqunyiwe zisembundwini; kwasala isiphunzi sikaDagoni kuphela. Faic an caibideil |