1 Samuweli 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni. Faic an caibideilIsiZulu 20202 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka eceleni kukaDagoni. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20242 Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni. Faic an caibideil |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.