Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UDavide wayesethuma izinhloli, wazi ukuthi uSawule ufikile impela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 UDavide wathumela izinhloli, ukuze aqinisekise ukuthi nguSawule zinqotho ofikile.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UDavida wasethuma izinhloli, wezwa ukuthi uSawuli ufikile kuhle kakhulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 26:4
4 Iomraidhean Croise  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


UJoshuwa indodana kaNuni wathuma ngasese eseShithimi amadoda amabili abe yizinhloli, wathi: “Hambani nibone izwe neJeriko.” Basuka, bafika endlini yesifebe esigama laso linguRahabi, balala khona.


USawule wamisa entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane ngasendleleni. Kepha uDavide wahlala ehlane, wabona ukuthi uSawule uyamlandela ehlane.


UDavide wasuka, weza endaweni uSawule amise kuyo; uDavide wabona indawo uSawule ahlala kuyo, eno-Abineri indodana kaNeri, induna yempi yakhe; uSawule wayelele ezinqoleni, abantu bemise ngakuye nxazonke.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan