Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 24:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Naye uDavide wasuka ngasemuva, waphuma emhumeni, wamemeza emva kukaSawule, ethi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothamela phansi ngobuso, wakhuleka.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 UDavide naye wasuka kamuva, waphuma emgedeni, wammemeza uSawule, wathi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothama wathi mbo ngobuso, wakhuleka.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UDavide naye wasukuma emva kwalokho waphuma emhumeni, wabiza uSawule emva kwakhe, wathi: “Nkosi yami, nkosi! USawule wabheka emuva, uDavide wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 24:8
11 Iomraidhean Croise  

U-Abrama wayesewa ngobuso bakhe; uNkulunkulu wakhuluma naye, wathi:


Wayesekhothama uBati Sheba, ubuso bakhe bubheke phansi, wakhuluma enkosini, wathi: “Mana njalo, nkosi yami, nkosi Davide.”


“Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zibe zinde ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Nikani bonke okubafaneleyo: intela kofanele intela, inkokhiso kofanele inkokhiso, ukwesaba kofanele ukwesatshwa, udumo kofanele udumo.


Baziseni bonke, nithande abazalwane; mesabeni uNkulunkulu, niyazise inkosi.


Esehambile umfana, uDavide wavuka ngaseningizimu, wawa phansi ngobuso bakhe, wakhothama kathathu; bangana, bakhalelana, waze wakhala kakhulu uDavide.


UDavide wabathiya ngalawo mazwi, akabavumelanga ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emhumeni, wahamba.


UDavide wathi kuSawule: “Ulalelelani amazwi abantu abathi: ‘Bheka, uDavide ufuna ukukulimaza’?


USawule walazi izwi likaDavide, wathi: “Yizwi lakho leli, ndodana yami Davide, na?” UDavide wathi: “Yizwi lami, nkosi yami, nkosi.”


Wathi kuye: “Unesimo sini na?” Wathi: “Kukhuphuka ixhegu limboziwe ngengubo.” USawule wabona ukuthi kunguSamuweli, wakhothamela phansi ngobuso, wakhuleka.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan