Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 2:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwakungumthetho wabapristi kubantu ukuba, nxa umuntu enikela ngomhlatshelo, kufike inceku yompristi inyama isabila, iphethe ngesandla ingwegwe emazinyo mathathu,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

13 Kwakungumthetho wabaphristi kubantu ukuba nxa umuntu enikela ngomhlatshelo, kufike inceku yomphristi inyama isabila, iphethe imfologo ngesandla,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Umkhuba wabapristi phakathi kwabantu wawuwukuthi, lapho umuntu enikela ngomhlatshelo, kwafika inceku yompristi inyama isabila, iphethe ikona lenyama elinamazinyo amathathu esandleni sayo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 2:13
5 Iomraidhean Croise  

Wathi kimi: “Nansi indawo lapho abapristi beyakuphekela khona umnikelo wecala nomnikelo wesono, nalapho beyakwenza khona umnikelo wempuphu, ukuze bangawuphumiseli egcekeni elingaphandle, bangcwelise abantu.”


ihlabe ngayo emcengezini, noma esocweni, noma ebhodweni, noma ekhanzini; konke ekwenyusayo ingwegwe, umpristi wakuthatha. Benze njalo eShilo kubo bonke abakwa-Israyeli ababefika khona.


U-Eli wayesemdala kakhulu, wezwa konke amadodana akhe akwenzayo ku-Israyeli wonke, nokuthi ayelala nabesifazane ababekhonza ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Niwukhahlelelani umhlatshelo wami nomnikelo wami engiyale ngakho endlini yami, udumise amadodana akho phezu kwami, nizikhuluphalise ngeminikelo emihle kunayo yonke yakwa-Israyeli, abantu bami, na?’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan