1 Samuweli 18:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 UJonathani wakhumula ingubo ayenayo, wayinika uDavide, nezinye izambatho zakhe kwaze kwaba nenkemba yakhe, nomnsalo wakhe, nebhande* lakhe. Faic an caibideilIsiZulu 20204 UJonathani wakhumula ingubo ayeyigqokile, wayinika uDavide, nezinye izembatho zakhe, inkemba yakhe, umnsalo wakhe nebhande lakhe. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 UJonathani wakhumula ingubo ayeyigqokile, wayinika uDavide, nezingubo zakhe kuze kufike enkembeni yakhe, kwaze kwafika kumnsalo wakhe, nasebhandeni lakhe. Faic an caibideil |