Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 17:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 UDavide wathatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema; kepha wafaka izikhali zakhe etendeni lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

54 UDavide wathatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema, kodwa izikhali zakhe wazifaka ethendeni lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

54 UDavide walithatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema; kepha izikhali zakhe wazibeka etendeni lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 17:54
6 Iomraidhean Croise  

UMose wathi ku-Aroni: “Thatha isitsha, ufake iyomere* eligcweleyo lemana, ukubeke phambi kukaJehova, kulondolozelwe izizukulwane zenu.”


Abantwana bakwa-Israyeli babuya ekuxosheni amaFilisti, baphanga ikamu* lawo.


Lapho uSawule embona uDavide ephuma ukuhlangabezana nomFilisti, wathi ku-Abineri induna yempi: “Abineri, yindodana kabani lo mfana na?” U-Abineri wathi: “Kuphila kwakho, nkosi, angazi.”


UDavide esabuya ekubulaleni umFilisti, u-Abineri wamthatha wamyisa phambi kukaSawule, ephethe ikhanda lomFilisti esandleni sakhe.


Wayesethi umpristi: “Inkemba kaGoliyati umFilisti owambulala esigodini sase-Ela, bheka, ilapho, isongiwe ngengubo emva kwengubo yamahlombe. Uma uthanda ukuyithatha, yithathe, ngokuba ayikho lapha enye ngaphandle kwayo.” UDavide wathi: “Ayikho enjengayo; nginike yona.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan