Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 16:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Mbize uJese ekuhlabeni; ngiyakukwazisa ukuthi uyakwenzani: uyakungigcobela lowo engiyakumusho kuwe.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Umeme uJese eze emhlatshelweni; Mina ngiyokwazisa ukuthi kufanele wenzeni. Uyongigcobela lowo engiyakumusho kuwe.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ubizele uJese emhlatshelweni, mina-ke ngizakutshengisa ofanele ukwenze; futhi kumelwe ungigcobele lowo engikubizele yena.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 16:3
10 Iomraidhean Croise  

Kwahamba no-Abisalomu abantu abangamakhulu amabili, bebiziwe bephuma eJerusalema; bahamba bemsulwa, bengazi lutho nakanci.


uSadoki umpristi noNathani umprofethi bamgcobe khona abe yinkosi phezu kuka-Israyeli; bese nibetha amacilongo, nithi: ‘Mana njalo, nkosi Solomoni.’


Kwase kufika onke amalunga akwa-Israyeli enkosini eHebroni; uDavide wenza isivumelwano nawo eHebroni phambi kukaJehova; amgcoba uDavide ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli njengezwi likaJehova ngesandla sikaSamuweli.


Uyakukhuluma kuye, ufake amazwi emlonyeni wakhe; ngizakuba nomlomo wakho nomlomo wakhe, nginifundise lokho eniyakukwenza.


kodwa vuka ungene emzini, uzakutshelwa lokhu omelwe ukukwenza.”


“Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini; uyakumgcoba abe ngumholi wabantu bami u-Israyeli, asindise abantu bami esandleni samaFilisti, ngokuba ngibonile abantu bami, lokhu ukukhala kwabo kufikile kimi.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan