Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 14:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Phakathi kwezintuba uJonathani afuna ukuwela ngazo ukuya ekhandeni lamaFilisti kwakukhona ugedla lwesiwa ngalapha nogedla lwesiwa ngalapha; igama lolunye laliyiBosesi, negama lolunye laliyiSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 Phakathi kwezikhala uJonathani ayefuna ukucusha kuzo aye ngaphesheya, agasele ibutho lamaFilisti, kwakunogedla lwesiwa ngapha nangapha. Igama lesinye kwakuthiwa yiBhozezi, esinye kuthiwa yiSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Phakathi kwezintuba uJonathani ayefuna ukuwela kuzo, aye ezingosini zamaFilisti, kwakukhona idwala elicijileyo ngalapha, nedwala elibukhali ngalapha; igama lenye lalinguBhozesi, igama lenye lalinguSene.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 14:4
3 Iomraidhean Croise  

Luhlala esiweni, lwakha khona, eweni ledwala eliyinqaba yalo.


Ikhanda lamaFilisti laphuma, laya ngasentubeni yaseMikimashi.


Olunye ugedla lwaluphakeme ngasenyakatho phambi kweMikimashi, nolunye ngaseningizimu phambi kweGeba.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan