1 Samuweli 13:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Kwathi ngosuku lokulwa akwabakho nkemba namkhonto esandleni samuntu owayenoSawule noJonathani; kodwa koSawule noJonathani indodana yakhe kwakukhona. Faic an caibideilIsiZulu 202022 Kwathi ngosuku impi eyayibambene ngalo, akwaba bikho muntu kwabakwa-Israyeli ophethe inkemba noma umkhonto esandleni kulabo ababenoSawule noJonathani, ngaphandle kukaSawule noJonathani, indodana yakhe. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202422 Ngosuku lokulwa kwakungekho nkemba namkhonto esandleni sanoma yimuphi wabantu ababenoSawule noJonathani; kepha kwakunoSawule noJonathani indodana yakhe. Faic an caibideil |