Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 13:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kwathi eseqedile ukunikela ngomnikelo wokushiswa, bheka, uSamuweli wafika; uSawule waphuma ukumhlangabeza ukuba ambingelele.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 Kwathi eseqedile ukunikela ngomnikelo wokushiswa; waqhamuka uSamuweli. USawule waphuma wayomhlangabeza, wambingelela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kwathi nje lapho eqeda ukunikela ngomnikelo wokushiswa, bheka, uSamuweli wafika; uSawule waphuma ukumhlangabeza ukumbingelela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 13:10
4 Iomraidhean Croise  

Abadlulayo abasho ukuthi: “Isibusiso sikaJehova masibe phezu kwenu; siyanibusisa egameni likaJehova.”


Bheka, uBowazi wafika evela eBetlehema, wathi kwabavunayo: “UJehova makabe nani.” Bathi kuye: “UJehova makakubusise.”


USamuweli wafika kuSawule; uSawule wathi kuye: “Mawubusiswe nguJehova; sengifezile izwi likaJehova.”


Kodwa enye yezinsizwa yamtshela u-Abigayili umkaNabali, yathi: “Bheka, uDavide wathuma izithunywa zivela ehlane ukuba zibingelele inkosi yethu, kepha yazithukuthelela.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan