Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 7:2 - IsiZulu 2020

2 Izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise nabaholi bezizwe ababebekwe phezu kwababalwayo, zenza umnikelo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise zanikela; lezo zaziyizikhulu zezizwe, zazibekwe phezu kwababalwayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise, izikhulu zezizwe ezaziphezu kwababalwayo, zanikela ngomhlatshelo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 7:2
11 Iomraidhean Croise  

USolomoni wayeseqoqa amalunga akwa-Israyeli nezinhloko zezizwana, abaholi boyise babantu bakwa-Israyeli babuthana enkosini uSolomoni eJerusalema, ukuze bakhuphule umphongolo wesivumelwano sikaSimakade emzini kaDavide iZiyoni.


Izikhulu zakhe zanika abantu, abaphristi nabaLevi iminikelo yesihle. UHilikiya, uZakhariya, noJiheyeli abaphathi bendlu kaNkulunkulu banika abaphristi amawundlu ayizi-2 600, nezinkabi ezingama-300, ukuba benze iminikelo yephasika.


Abaholi baletha amatshe e-oniksi, amatshe engubo yamahlombe aligugu, awesivikelo sesifuba,


UMose wayesekhuluma nabaholi bezizwana zakwa-Israyeli, wathi: “Nakhu angiyale ngakho uSimakade:


UMose no-Eleyazare, umphristi, bemukela igolide kubo, nawo wonke amagugu ezinto ezenziweyo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan