UNumeri 6:27 - IsiZulu 202027 “Bayakulibeka kanjalo iGama lami phezu kwabakwa-Israyeli, Mina ngibabusise.” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 “Bayakubeka kanjalo igama lami kubantwana bakwa-Israyeli, mina ngibabusise.” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202427 Kumelwe babeke igama lami kubantwana bakwa-Israyeli; futhi ngizobabusisa. Faic an caibideil |
Yisiphi isizwe esisodwa nje emhlabeni esinjengabantu bakho, u-Israyeli, uNkulunkulu ayakuzihlengela sona ukuba sibe ngabantu bakhe, azenzele igama, anenzele nina izinto ezinkulu, alenzele izwe lakini izinto ezesabekayo phambi kwabantu bakho, owazihlengela bona eGibhithe ezizweni nakonkulunkulu bazo na?