UNumeri 5:30 - IsiZulu 202030 nalapho indoda ivukwa yisikhwele, iba nesikhwele ngomkayo: iyommisa owesifazane phambi kukaSimakade, umphristi enze kuye konke okubalulwa yilo mthetho. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 noma lapho indoda ifikelwa ngumoya wesikhwele, ibe nesikhwele ngomkayo; khona iyakumbeka owesifazane phambi kukaJehova, umpristi agcine wonke lo mthetho kuye. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202430 Noma uma kufika kuye umoya wesikhwele, abe nesikhwele ngomkayo, amlethe owesifazane phambi kukaJehova, umpristi enze kuye wonke lo mthetho; Faic an caibideil |