Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 32:6 - IsiZulu 2020

6 UMose wathi kwabozalo lukaGadi nabolukaRubeni: “Kuyothi lapho abafowenu beyohlasela, nina nihlale lapha na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UMose wayesethi kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuphuma impi, nina nihlale lapha, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayesethi uMose kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuya empini, nihlale lapha na?”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 32:6
6 Iomraidhean Croise  

U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, u-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni. Inkosi yami, uJowabe nezinceku zenkosi yami, bakanise endle. Pho mina ngingangena kanjani endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Ngifunga ngiyagomela phambi kwakho, angisoze ngakwenza lokho.”


Bathi futhi: “Uma sifumene umusa emehlweni akho, linike izinceku zakho leli lizwe libe yifa lazo; ungasiwelisi iJordani.”


Nibathenelani amandla abakwa-Israyeli baze bangafuni ukuwela baye ezweni uSimakade abanike lona na?


aluziphathi ngokungafanele, aluzifuneli okwalo, alucunuki, alunagqubu;


Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye.


Wahlalelani esihulugwini ukuze uzwe ukukhala kwemihlambi na? Phakathi kwabomndeni wakwaRubeni kwakukhona okukhulu ukuzihlola ezinhliziyweni.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan