Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 2:5 - IsiZulu 2020

5 Abakanisa eceleni kwakhe kuyakuba yisizwana sakwa-Isakhare. Umholi wabozalo lwabakwa-Isakhare kuyakuba nguNethaneli indodana kaZuwari;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; isikhulu sabantwana bakwa-Isakare siyakuba nguNethaneli indodana kaSuwari;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; uNethaneli indodana kaSuwari uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Isakare.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 2:5
8 Iomraidhean Croise  

Kwa-Isakhare: uNethaneli indodana kaZuwari.


Ibandla lesizwana sabozalo luka-Isakhare laliholwa nguNethaneli, indodana kaZuwari.


Ibutho lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-74 600.


ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babeyizi-54 400.


Ngosuku lwesibili kwanikela uNethaneli, indodana kaZuwari, umholi wabozalo luka-Isakhare.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguNethaneli, indodana kaZuwari.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan