Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 2:31 - IsiZulu 2020

31 Sebebonke ababalwayo benkambu yakwaDani babeyizi-157 600. Labo bayakusuka babe ngabokugcina namabhanela abo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Bonke ababalwayo bekamu lakwaDani babe yizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nesikhombisa namakhulu ayisithupha. Labo bayakusuka babe ngabokugcina namabhanela* abo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Bonke ke ababalelwa eminqubeni yakwaDan likhulu lamawaka, anamanci mahlanu anesixhenxe amawaka, anamakhulu mathandathu. Bazobuyela emuva nezindinganiso zabo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 2:31
5 Iomraidhean Croise  

Kwase kusuka ibhanela lenkambu yabozalo lukaDani, ngamabandla ayo, lona lalisemva kwazo zonke ezinye izinkambu. Owayelihola kwakungu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi.


Bonke ababalwayo benkambu yabakwaRubeni babeyizi-151 450 ngamabandla abo. Labo bayakusuka babe ngabesibili.


Sebebonke ababalwayo benkambu yabakwa-Efrayimi babeyizi-108 100 ngamabandla abo. Labo bayakusuka babe ngabesithathu.


Ibutho lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-53 400.


Bonke ababalwayo benkambu yakwaJuda babeyizi-186 400 ngamabandla abo. Labo bayakusuka kuqala.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan