UNumeri 2:12 - IsiZulu 202012 Abakanisa eceleni kwakhe ngabesizwana sakwaSimeyoni; umholi wabozalo lwabakwaSimeyoni kunguShelumiyeli indodana kaZurishadayi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni siyakuba nguShelumiyeli indodana kaSurishadayi. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202412 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; futhi uSelumiyeli indodana kaSurisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaSimeyoni. Faic an caibideil |