Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 19:4 - IsiZulu 2020

4 U-Eleyazare umphristi, uyothatha igazi laso ngomunwe wakhe, achinse ngalo kasikhombisa ngaphambi kwethende lokuhlangana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 u-Eleyazare umpristi uyakuthabatha igazi laso ngomunwe wakhe, afafaze kasikhombisa ngaphambi kwetende lokuhlangana ngegazi laso,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umpristi u-Eleyazare kumelwe athathe igazi lakhe ngomunwe wakhe, afafaze elinye legazi lakhe kasikhombisa phambi kwetende lokuhlangana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 19:4
7 Iomraidhean Croise  

Uyothatha ingxenye yegazi lenkunzi achinse ngomunwe wakhe phambi kwesihlalo somusa ngasempumalanga, uyolichinsa ngomunwe wakhe kasikhombisa phambi kwesihlalo somusa.


Uyolichinsa ngegazi kasikhombisa ngomunwe wakhe, alihlambulule, alingcwelise ekungcoleni kwabantu bakwa-Israyeli.


Umphristi uyogcobhoza umunwe wakhe egazini, afafaze i-althare kasikhombisa phambi kukaSimakade naphambi kwesihenqo.


Umphristi uyogcobhoza umunwe wakhe egazini, achinse ingxenye yalo kasikhombisa phambi kukaSimakade phambi kwesihenqo sendlu engcwele.


nakuJesu, umxhumanisi wesivumelwano esisha, nasegazini lokufafaza elikhuluma okukhulu kunelika-Abela.


abakhethiweyo, ngokwazi phambilini kukaNkulunkulu uYise, ngokungcwelisa kukaMoya ukuze balalele futhi bafafazwe ngegazi likaJesu Khristu. Sengathi umusa nokuthula kungandiswa kini.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan