UNumeri 18:21 - IsiZulu 202021 “Abozalo lukaLevi ngibanike okweshumi kwa-Israyeli ukuba kube yifa labo; ngomsebenzi abawenzayo ethendeni lokuhlangana. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 “Bhekani, ngibanikile abantwana bakwaLevi konke okweshumi kwa-Israyeli, kube yifa labo, ngomsebenzi abawusebenzayo, inkonzo yetende lokuhlangana. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202421 Bhekani, ngibanika abantwana bakwaLevi konke okweshumi kwa-Israyeli kube yifa lenkonzo yabo abayikhonzayo, inkonzo yetende lokuhlangana. Faic an caibideil |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,