UNumeri 18:13 - IsiZulu 202013 Ulibo lwakho konke okusezweni lakubo abaluletha kuSimakade luyakuba ngolwakho. Yilowo nalowo ohlambulukileyo kwabendlu yakho uyakukudla. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ulibo oluvuthwa kuqala lwakho konke okusezweni lakubo abaluletha kuJehova luyakuba ngolwakho; yilowo nalowo ohlambulukileyo endlini yakho uyakukudla. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202413 Konke okuvuthwa kuqala ezweni abayakukuletha kuJehova kuyakuba ngokwakho; wonke ohlambulukileyo endlini yakho uyakudla kuwo. Faic an caibideil |