UNumeri 11:8 - IsiZulu 20208 Abantu babephuma bayiqoqe, bayigaye ematsheni, noma bayigqule ezigqulweni, bayipheke emakhanzini, benze nangayo amaqebelengwane. Yayinambitheka okweqebelengwane elinamafutha. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Abantwana baphuma ukuliqoqa, baligaya ematsheni, noma beligqula ezigqulweni, balipheka emakhanzini, benza ngalo amaqebelengwane; ukuzwakala kwalo kwakunjengokuzwakala kweqebelengwane lamafutha. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20248 Abantu babehamba bakubuthe, bakugaye etsheni, noma bakugaye odakeni, bakubhake ngamapani, benze amaqebelengwane ngakho; ukunambitheka kwakho kwakunjengokunambitha kwamafutha amasha. Faic an caibideil |