Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 11:32 - IsiZulu 2020

32 Abantu bavuka basebenza lonke lolo lusuku, nobusuku bonke, nangosuku olulandelayo, bebutha izigwaca. Okuncane abantu abakubuthayo kwakungamahomere alishumi; bazenekela zona zazungeza inkambu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Abantu bavuka lonke lolo suku, nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere* ayishumi; bazenekela ngasekamu* nxazonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Abantu bavuka ngalolo suku lonke nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere ayishumi, bawabela ngasekamu nxazonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 11:32
3 Iomraidhean Croise  

I-omeri ingokweshumi kwe-efa.


I-efa nebhathi kuyakuba nesisindo esifanayo, ibhathi libe ngokweshumi kwehomere, isilinganiso salo sifane nokwehomere.


Kepha inyama isephakathi kwamazinyo abo, bengakayihlafuni, ulaka lukaSimakade lwabavuthela abantu. USimakade wabashaya abantu ngobhubhane olukhulu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan