Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 10:13 - IsiZulu 2020

13 Lokhu kwakungokokuqala besuka ngokwesiyalezo sikaSimakade ngesandla sikaMose.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokokuqala basuka ngokwesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Basebesuka kuqala njengesiyalezo sikaJehova ngenkonzo kaMozisi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 10:13
4 Iomraidhean Croise  

Kwasuka kuqala ibhanela lenkambu yabozalo lukaJuda ngamaqembu abo, beholwa nguNaheshoni, indodana ka-Aminadaba.


Ngesinye isikhathi ifu lalima phezu kwethabanakeli izinsuku ezimbalwa. Babehlala enkanjini ngokwesiyalezo sikaSimakade, bahambe futhi njengokuyala kukaSimakade.


Ngezwi likaSimakade babekanisa, nangezwi likaSimakade bahambe; baligcina izwi likaSimakade aliyaleza ngesandla sikaMose.


“USimakade uNkulunkulu wethu wakhuluma kithi eHorebhe, wathi: ‘Senihlale isikhathi eside kule ntaba;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan