Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 1:44 - IsiZulu 2020

44 Yilabo ababalwayo, ababalwa nguMose no-Aroni nabaholi bakwa-Israyeli, bengamadoda ali-12, kwaba yileyo naleyo yamela indlu kakhokho wayo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Yilabo ababalwayo, ababalwa nguMose nangu-Aroni kanye nezikhulu zakwa-Israyeli, zingamadoda ayishumi nambili, kwaba yileyo naleyo yamela indlu kayise.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Yilabo ababalwayo oMose, no-Aroni, nezikhulu zakwa-Israyeli, amadoda ayishumi nambili; kwaba yilowo nalowo eyendlu yawoyise.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 1:44
5 Iomraidhean Croise  

UJowabe walethula enkosini inani nomumo wabantu ababebaliwe: kwa-Israyeli kwakunamadoda ayizi-800 000 anamandla ayehlome ngenkemba. KwaJuda kunamadoda ayizi-500 000.


labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaNafethali, babeyizi-53 400.


Bonke ababalwayo kwabakwa-Israyeli ngezindlu zokhokho babo, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma impi,


Akukho namunye owasalayo phakathi kwalabo ababebalwe nguMose no-Aroni, umphristi, okuyibona ababala abakwa-Israyeli ehlane iSinayi,


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan