UNahume 2:1 - IsiZulu 20201 Lowo ocekela phansi uzokuhlasela, qapha inqaba, ubheke emgwaqweni, uqinise ukhalo, uqinise izikhwepha ngokwedlulele. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kukhuphukela umchithi kuwe; gcina inqaba, ulinde indlela, uqinise izinkalo zakho, uwenze amandla akho ukuba aqine. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20241 Ochobozayo ukhuphukele phambi kwakho; londa izikhali, linda indlela, qinisa izinkalo zakho, uqinise amandla akho kakhulu. Faic an caibideil |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni esenyakatho,” kusho uSimakade, “noNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, inceku yami. Ngiyakubaletha kuleli lizwe nakwabakhileyo kulo, nakuzo zonke lezi zizwe ezibazungezileyo, ngibabhubhise baphele nya, ngibenze ezibukwayo, into enximfelwayo nencithakalo yaphakade.