UMikha 7:15 - IsiZulu 202015 “Njengasemihleni yokuphuma kwakho eGibhithe ngiyakubabonisa izimangaliso.” Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 “Njengasezinsukwini zokuphuma kwakho ezweni laseGibithe ngiyakubabonisa izimangaliso.” Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202415 Njengokwezinsuku zokuphuma kwenu ezweni laseGibithe, ngiyakumbonisa izimangaliso. Faic an caibideil |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.