UMikha 2:9 - IsiZulu 20209 Nixosha abesifazane babantu bami ezindlini abazithandayo; nithathe ezinganeni zabo inkazimulo yami yaphakade. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Niyaxosha abesifazane babantu bami ezindlini zokuthokoza kwabo, nisusa ezinganeni zabo ubukhosi bami kuze kube phakade. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20249 Abesifazane babantu bami banixoshile ezindlini zabo ezinhle; abantwana babo ubususile udumo lwami kuze kube phakade. Faic an caibideil |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’