UJobe 9:16 - IsiZulu 202016 Uma bengimbizile wase engiphendula, angikholwa ukuthi ulilalele izwi lami. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Uma bengimbizile abesengiphendula, bengingayikukholwa nokho ukuthi ubekile indlebe ezwini lami. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 202416 Uma ngimbiza, wangiphendula; nokho ngangingakholwa ukuthi ulalele izwi lami. Faic an caibideil |
UGideyoni wathi kuyo: “Kodwa mnumzane, uma uSimakade enathi, kungani kwenzeke konke lokhu kithi, na? Ziphi zonke izenzo zakhe ezimangalisayo, okhokho bethu abasixoxela ngazo, bethi: ‘Akazange yini uSimakade asikhuphule eGibhithe, na?’ Kepha manje uSimakade usilahlile, wasinikela esandleni sabakwaMidiyani.”