Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJobe 8:4 - IsiZulu 2020

4 Uma abantwana bakho bonile kuye, wabanikela emandleni eziphambeko zabo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uma abantwana bakho bonile kuye, yena wabanikela emandleni ezono zabo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma abantwana bakho bonile kuye, yena ebalahlile ngenxa yesiphambeko sabo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJobe 8:4
8 Iomraidhean Croise  

Abantu baseSodoma babonakele kakhulu, benza inkohlakalo yodwa phambi kukaSimakade.


Kwakuthi lapho sezedlule izinsuku zedili, uJobe athumele awangcwelise. Wayevuka ekuseni, anikele ngeminikelo yokushiswa ngokwenani lawo, ethi: “Hleze izingane zami zonile, zamqalekisa uNkulunkulu ezinhliziyweni zazo.” Wenza kanjalo uJobe zonke izinsuku.


Abantwana baso abavikelekile impela, bayagandaywa esangweni, abanaye umhlengi.


Ngase ngibayekelela enkanini yenhliziyo yabo, bahamba ngokuthanda kwabo.


Bheka, yonke imiphefumulo ingeyami. Umphefumulo kayise kanjalo nomphefumulo wengane ingeyami; umphefumulo owonayo, uyakufa.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan