Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJobe 4:16 - IsiZulu 2020

16 Kwema kwathi phuhle, kodwa angikwazanga ukubona isimo sakho. Kwakumi okuthile phambi kwami, ngezwa ukunyenyeza nezwi, lithi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwema okuthile, kepha angaqonda ukubonakala kwakho; isimo sasiphambi kwamehlo ami; kwathula; ngase ngizwa izwi, lathi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wema, kepha angikwazanga ukuhlukanisa isimo sawo; isithombe sasiphambi kwamehlo ami, kwathula, ngezwa izwi lithi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJobe 4:16
3 Iomraidhean Croise  

Emva kokuzamazama komhlaba, kwaba khona umlilo, kodwa wayengekho uSimakade emlilweni. Emva komlilo, kwaba nezwi elincane elihlebezayo.


Kwedlula umoya ebusweni bami, waqubula uhlevane esikhumbeni sami.


‘Umuntu angalunga yini kunoNkulunkulu na? Umuntu uhlambulukile yini kunoMenzi wakhe na?


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan