Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UJobe 15:2 - IsiZulu 2020

2 “Ohlakaniphileyo uyakuphendula yini ngolwazi olungathi shu, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Ohlakaniphileyo uyakuphendula ngokwazi okungumoya nje, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UJobe 15:2
11 Iomraidhean Croise  

Enikwaziyo nami ngiyakwazi, aningedluli ngalutho.


Kwase kuthatha u-Elifazi, umThemani, wathi:


Aphikisane ngamazwi angasizi lutho nangezinkulumo ezingenalusizo na?


Nicabanga ukuthi ningawasola amazwi, ngokungathi ukukhuluma kophelelwe yithemba, kungumoya nje na?


“Kuyoze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


Inhliziyo yohlakaniphileyo inikeza ukuqonda okujulile kokhulumayo, yenezele imfundiso ezindebeni zakhe.


Njengalokhu umuntu aphuma enqunu esizalweni sikanina, kanjalo nalapho esehamba, uyohamba enjalo, kukho konke akusebenzile akukho lutho ayohamba nalo esandleni.


U-Efrayimi udla umoya, uxoshana nomoya wasempumalanga, abhebhethekise amanga nobudlova imihla yonke. Wenza isivumelwano ne-Asiriya, athumele amafutha eGibhithe.


USimakade uthwesa uJuda icala, uyakumjezisa uJakobe ngokwezindlela zakhe, akhokhise kuye ngokwezenzo zakhe.


Ngubani ohlakaniphileyo noqondayo phakathi kwenu na? Makakhombise ngenkambo enhle ukuthi imisebenzi yakhe yenziwe ngobumnene bokuhlakanipha.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan