UGenesise 9:5 - IsiZulu 20205 Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kodwa elenu igazi okukulo umphefumulo wenu ngiyakulibiza; kuzo zonke izilwane ngiyakulibiza; nakubo bonke abantu ngiyakubiza umphefumulo wabo, owomunye esandleni somunye. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20245 Futhi ngempela, igazi lempilo yenu ngizolibiza; esandleni sazo zonke izilwane ngiyakulibiza, nasesandleni somuntu; esandleni somfowabo ngamunye ngiyakufuna ukuphila komuntu. Faic an caibideil |