Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UGenesise 8:8 - IsiZulu 2020

8 Wabuye wathumela ijuba ukuze ahlole ngalo ukuthi nembala amanzi asenciphile yini ebusweni bomhlaba.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wayesethuma ijuba ukubona ukuba amanzi asenciphile yini ebusweni bomhlaba.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wasethuma ijuba lisuka kuye ukubona ukuthi amanzi asebohlile yini emhlabathini;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UGenesise 8:8
7 Iomraidhean Croise  

wakhiphela ngaphandle igwababa. Landiza njalo lehla lenyuka kwaze kwabohla amanzi emhlabeni.


Kepha ijuba kalitholanga ndawo elalingahlala kuyo. Landiza labuyela emkhunjini, uNowa welula isandla walingenisa ngaphakathi.


Waze wamuhle sithandwa sami! Bheka, umuhle, amehlo akho angamajuba.


Juba lami elisemifantwini yedwala elisekusithekeni endaweni eyehlelayo, mangikubone siqu sakho. Mangizwe izwi lakho, ngokuba izwi lakho limnandi, nesiqu sakho siyabukeka.


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan